RELIABLE HARDWORKER:KUDINGEKA IN SOUTH AFRICA

I'm only available near the phone to take calls and arrange interviews from 12h30 to 15h30 today, Sat 17 Jan . PHONE today, but ONLY if you are AVAILABLE TO COME FOR INTERVIEW TODAY. A small Durban CBD-based electronics repairs business has a job available for young (yrs) energetic, reliable male with no criminal records. Preference for someone with some entrepeurial skills, i.e. who have skills to create work/business for himself. Must produce proof of your last School Results, ID Copy & Proof of Residence. You can reach me by CALLING ONLY (CellC). Job is simply but needs someone who enjoy working with heavy goods. ***Namhlanje, 17 Jan , ngizobakhona eduze nefoni ukuhlena inhlolokhono ngo 12h30 kuyaku 15h30 kuphela. UMSEBENZI ULULA KODWA EZINYE IZIMPAHLA ZIYASINDA (zidinga umuntu onamandla = lokhu abakubiza ngestamina: ukugada, ukudayisa izimpahla eziphathelene namakhompiyutha & isoftware ye Pure Mathematics (sidayisele abafundi + othisha be Maths), ukuphelezela umphathi uma eyakokwenza ama-oda noma ehamba indlela ehambisana nebhizinisi. Fona namhlanje, kodwa FONA KUPHELA UMA UZOKWAZI UKUZOKWENZA INHLOLOKHONO NAMHLANJE. Abachithi besikhathi abamukelwa: abantu abafona bafone kodwa uma benikwa ithuba balokhu besho ukuthi bophumelela kusasa noma ngeviki elizayo (OMABHALACISHE ABANJALO ABADINGEKI). Umsebenzi ophuthumayo udinga umfana oneminyaka ubudala othembekile + okhuthele: Umsebenzi ukulayisha izimpahla, ukukhanda=ukulungisa izinto eziphukile (uzofundiswa uma ungenalo ulwazi), ukugada & ukusiza uma kufike amakhasimende (ukudayisa). Kudingeka ufike nalokhu: Imiphumela yakho yasesikoleni, ikhophi ye-ID kanye nobufakazi bokuthi uhlala kuphi (isibonelo: incwadi yekhansela). Imali eholwayo njengamanje R80 ngosuku kanti kusetshenzwa 1-3 izinsuku ngeviki. Ungafonela kulenamba KUPHELA. ***ASIDINGAKALI ISIPILIYONI, KODWA UMLANDO WOKUSEBENZA NGOKWETHEMBEKA UBALULEKILE. ***UMA UPHASE i PURE MATHEMATICS, PHYSICAL SCIENCE, etc, KWIBANGA 12 KUNGAKUSIZA KAKHULU, KODWA NOMA WENZE AMA"GENERAL SUBJECTS" WAMUKELEKILE.

4.00/5

1 reviews

Add to your favorite ads
Reliable Hardworker:Kudingeka
loading
Price: R 0,00
R 0,00
1506816
Accept terms and conditions and privacy policy

Avoid frauds by contacting local ads only, and if possible try to collect the item by person. Do not be persuade by those who dispatch from another country or that request you to be paid by check or MoneyGram / ​​Western Union / Efecty, without any guarantee. We recommend you to read our safety tips.

Free Classified ads - buy and sell cheap items in South Africa | CLASF - copyright ©2024 www.clasf.co.za.